Read in:

Uma unakekela Imindeni enezingane ezinsukwini eziyizinkulunwane zokuqala zemphilo zabo,)(Udala amathuba amakhulu wokukhula nawempumelelo esizweni sakithi.

Uma unakekela imindeni enezingane ezinsukwini zabo zokuqala eziyizinkulungwane zokuphila, Udala amathuba amaningi okukhula futhi undlondlobale esizweni sethu: Ibandla lihlonyiswe ngolwazi olwanele ukwakha nokunakekela imindeni, ukuze ikwazi ukukhulisa nokunakekela izingane.

circles

Wonke umuntu kumele abe neqhaza alibambayo

Wonke umuntu kumele abe neqhaza alibambayo  ekukhuluseni umntwana akuwona umsebenzi womzali noma umnakekeli womntwana yedwa ukukhulisa umntwana Uma ungumholi webandla,uneqhaza elikhulu kakhulu ekwakheni ibandla emphakathini elikwazi ukunakekela futhi lisekele imindeni enabantwana abasebancane. Njengelunga lebandla, kuningi ongakwenza ukuqinisekisa ukuthi uyingxenye yokunakekela  imindeni. Kulabo abazimisele ukuhola imisebenzi eqondene nokusiza imindeni enezingane kusukela ezinsukwini eziyinkulungwane zokuqala zempilo yazo. Nibabulekile kakhulu. Sithanda ukunibiza ngamaqhawe.

SILANDELE

Iwebhusayithi yethu iyi- #Ayikhokhelwa: ungangena kokuqukethwe ku-Sikunye.org.za ngaphandle kokusebenzisa i-airtime noma ibhalansi yedatha yakho.